1 Samuweli 26:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Khona-ke uDavide waphendula wathi ku-Ahimeleki umHeti+ no-Abhishayi+ indodana kaZeruya,+ umfowabo kaJowabe: “Ngubani ozokwehlela nami kuSawule ekamu?” U-Abhishayi wathi: “Mina ngizokwehla nawe.”+ 2 Samuweli 10:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Bonke abanye abantu wababeka esandleni sika-Abhishayi+ umfowabo, ukuba abahlele bahlangabeze abantwana bakwa-Amoni.+ 2 Samuweli 23:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 U-Abhishayi+ umfowabo kaJowabe indodana kaZeruya,+ wayeyinhloko yabangamashumi amathathu, futhi wayesikaza umkhonto wakhe phezu kwabangamakhulu amathathu ababulewe, futhi wayenedumela elinjengelalaba abathathu.+ 1 IziKronike 11:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 U-Abhishayi+ umfowabo kaJowabe,+ yena waba inhloko yalawa amathathu; futhi wayesikaza umkhonto wakhe phezu kwabangamakhulu amathathu ababulewe, enedumela elinjengalalaba abathathu. 1 IziKronike 18:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 U-Abhishayi+ indodana kaZeruya,+ wabulala abakwa-Edomi eSigodini Sikasawoti,+ izinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili.
6 Khona-ke uDavide waphendula wathi ku-Ahimeleki umHeti+ no-Abhishayi+ indodana kaZeruya,+ umfowabo kaJowabe: “Ngubani ozokwehlela nami kuSawule ekamu?” U-Abhishayi wathi: “Mina ngizokwehla nawe.”+
10 Bonke abanye abantu wababeka esandleni sika-Abhishayi+ umfowabo, ukuba abahlele bahlangabeze abantwana bakwa-Amoni.+
18 U-Abhishayi+ umfowabo kaJowabe indodana kaZeruya,+ wayeyinhloko yabangamashumi amathathu, futhi wayesikaza umkhonto wakhe phezu kwabangamakhulu amathathu ababulewe, futhi wayenedumela elinjengelalaba abathathu.+
20 U-Abhishayi+ umfowabo kaJowabe,+ yena waba inhloko yalawa amathathu; futhi wayesikaza umkhonto wakhe phezu kwabangamakhulu amathathu ababulewe, enedumela elinjengalalaba abathathu.
12 U-Abhishayi+ indodana kaZeruya,+ wabulala abakwa-Edomi eSigodini Sikasawoti,+ izinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili.