IHubo 78:38 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 38 Kodwa wayenesihe;+ wayesimboza isiphambeko+ futhi engalethi incithakalo.+Kaningi wayibuyisa intukuthelo yakhe,+Futhi wayengakuvusi konke ukufutheka kwakhe. Jeremiya 26:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Wambulala yini uHezekiya inkosi yakwaJuda nabo bonke abakwaJuda? Angithi wesaba uJehova futhi wathambisa ubuso bukaJehova,+ uJehova waze wadabuka ngenhlekelele ayeyikhulumile ngokumelene nabo?+ Ngakho thina sibangela imiphefumulo yethu inhlekelele enkulu.+ Joweli 2:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Niklebhule izinhliziyo zenu,+ hhayi izingubo zenu;+ nibuyele kuJehova uNkulunkulu wenu, ngoba unomusa nesihe,+ wephuza ukuthukuthela+ futhi uchichima umusa wothando,+ futhi ngokuqinisekile uyodabuka ngenxa yale nhlekelele.+
38 Kodwa wayenesihe;+ wayesimboza isiphambeko+ futhi engalethi incithakalo.+Kaningi wayibuyisa intukuthelo yakhe,+Futhi wayengakuvusi konke ukufutheka kwakhe.
19 Wambulala yini uHezekiya inkosi yakwaJuda nabo bonke abakwaJuda? Angithi wesaba uJehova futhi wathambisa ubuso bukaJehova,+ uJehova waze wadabuka ngenhlekelele ayeyikhulumile ngokumelene nabo?+ Ngakho thina sibangela imiphefumulo yethu inhlekelele enkulu.+
13 Niklebhule izinhliziyo zenu,+ hhayi izingubo zenu;+ nibuyele kuJehova uNkulunkulu wenu, ngoba unomusa nesihe,+ wephuza ukuthukuthela+ futhi uchichima umusa wothando,+ futhi ngokuqinisekile uyodabuka ngenxa yale nhlekelele.+