2 Samuweli 8:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 UJowabe+ indodana kaZeruya wayephezu kwebutho, uJehoshafati+ indodana ka-Ahiludi engumgcini-mibhalo. 2 Samuweli 18:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Inkosi yabayala oJowabe no-Abhishayi no-Ithayi, yathi: “Niyiphathe ngobumnene+ insizwa u-Absalomu ngenxa yami.” Bonke abantu bezwa lapho inkosi iyala zonke izinduna ngendaba ka-Absalomu. 2 Samuweli 18:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 UJowabe wathi: “Mangingazibambezeli ngale ndlela phambi kwakho!” Ngalokho wathatha izingcula ezintathu entendeni yesandla sakhe wazifaka+ enhliziyweni ka-Absalomu esaphila esibindini+ somuthi omkhulu.
16 UJowabe+ indodana kaZeruya wayephezu kwebutho, uJehoshafati+ indodana ka-Ahiludi engumgcini-mibhalo.
5 Inkosi yabayala oJowabe no-Abhishayi no-Ithayi, yathi: “Niyiphathe ngobumnene+ insizwa u-Absalomu ngenxa yami.” Bonke abantu bezwa lapho inkosi iyala zonke izinduna ngendaba ka-Absalomu.
14 UJowabe wathi: “Mangingazibambezeli ngale ndlela phambi kwakho!” Ngalokho wathatha izingcula ezintathu entendeni yesandla sakhe wazifaka+ enhliziyweni ka-Absalomu esaphila esibindini+ somuthi omkhulu.