Levitikusi 18:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Ngenxa yalokho izwe lingcolile, futhi ngiyoletha isijeziso phezu kwalo ngenxa yesiphambeko salo, futhi leli zwe liyobahlanza abakhileyo kulo.+ Duteronomi 12:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Akumelwe wenze ngaleyo ndlela kuJehova uNkulunkulu wakho,+ ngoba konke okunengekayo kuJehova, akuzondayo, zikwenzile konkulunkulu bazo, ngoba ngisho namadodana azo namadodakazi azo ziwashisela onkulunkulu bazo njalo emlilweni.+ 2 IziKronike 36:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Ngisho nazo zonke izinduna zabapristi+ nabantu ngokwabo benza ukungathembeki ngezinga elikhulu, ngokwazo zonke izinto ezinengekayo+ zezizwe, kangangokuba bayingcolisa indlu kaJehova ayeyingcwelisile eJerusalema.+ Hezekeli 16:51 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 51 “‘ISamariya lona,+ alenzanga ngisho nengxenye yezono zakho, kodwa wena waqhubeka uzenza zivame izinto zakho ezinengekayo ngaphezu kokuba lenzile, kangangokuthi wenza odadewenu babonakala belungile ngenxa yazo zonke izinto zakho ezinengekayo owazenza.+
25 Ngenxa yalokho izwe lingcolile, futhi ngiyoletha isijeziso phezu kwalo ngenxa yesiphambeko salo, futhi leli zwe liyobahlanza abakhileyo kulo.+
31 Akumelwe wenze ngaleyo ndlela kuJehova uNkulunkulu wakho,+ ngoba konke okunengekayo kuJehova, akuzondayo, zikwenzile konkulunkulu bazo, ngoba ngisho namadodana azo namadodakazi azo ziwashisela onkulunkulu bazo njalo emlilweni.+
14 Ngisho nazo zonke izinduna zabapristi+ nabantu ngokwabo benza ukungathembeki ngezinga elikhulu, ngokwazo zonke izinto ezinengekayo+ zezizwe, kangangokuba bayingcolisa indlu kaJehova ayeyingcwelisile eJerusalema.+
51 “‘ISamariya lona,+ alenzanga ngisho nengxenye yezono zakho, kodwa wena waqhubeka uzenza zivame izinto zakho ezinengekayo ngaphezu kokuba lenzile, kangangokuthi wenza odadewenu babonakala belungile ngenxa yazo zonke izinto zakho ezinengekayo owazenza.+