29 Masinyane wathi kuGehazi:+ “Bopha izinkalo zakho+ uthathe udondolo lwami+ ngesandla sakho uhambe. Uma kwenzeka unqwamana nomuntu, ungambingeleli;+ futhi uma kwenzeka umuntu ekubingelela, ungamphenduli. Kumelwe ubeke udondolo lwami ebusweni bomfana.”+