-
Jeremiya 27:8INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
8 “‘“‘Kuyothi isizwe nombuso okungeke kumkhonze, yebo uNebukhadinezari inkosi yaseBhabhiloni; naleso esingeke sibeke intamo yaso ngaphansi kwejoka lenkosi yaseBhabhiloni, ngisinake leso sizwe ngenkemba,+ nangendlala+ nangesifo esiwumshayabhuqe,’+ kusho uJehova, ‘kuze kube yilapho sengisiqedé nya ngesandla sakhe.’+
-
-
Jeremiya 43:10INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
10 Kumelwe uthi kuwo, ‘Yilokhu uJehova wamabutho, uNkulunkulu ka-Israyeli, akushilo: “Bhekani ngiyathuma futhi ngiyothatha uNebukhadirezari inkosi yaseBhabhiloni,+ inceku yami,+ futhi ngiyobeka isihlalo sakhe sobukhosi khona kanye phezu kwala matshe engiwafihlile, futhi ngokuqinisekile uyokwelulela itende lakhe elihle kakhulu phezu kwawo.
-