21 Khona-ke uJehoramu wathi: “Bophela!”+ Ngakho inqola yakhe yempi yaboshelwa futhi uJehoramu inkosi yakwa-Israyeli no-Ahaziya+ inkosi yakwaJuda baphuma, yilowo nalowo esenqoleni yakhe yempi. Njengoba babeqhubeka behlangabeza uJehu, bamthola esiqeshini sezwe sikaNabhoti+ umJizreyeli.