AbaHluleli 9:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Ngemva kwalokho waya endlini kayise e-Ofira+ wabulala abafowabo,+ amadodana kaJerubhali, amadoda angamashumi ayisikhombisa, etsheni elilodwa, kodwa uJothamu indodana kaJerubhali encane kunawo wonke wasala, ngoba wayecashile. 1 AmaKhosi 21:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 bheka ngiletha inhlekelele phezu kwakho;+ futhi ngokuqinisekile ngizoshanelisisa ngemva kwakho+ nginqume ku-Ahabi noma ubani ochamela udonga+ nongakwazi ukuzisiza nongenanzuzo kwa-Israyeli. IHubo 109:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Inzalo yesizukulwane sakhe mayibe ngeyokunqunywa.+Igama layo malisulwe esizukulwaneni esilandelayo.+
5 Ngemva kwalokho waya endlini kayise e-Ofira+ wabulala abafowabo,+ amadodana kaJerubhali, amadoda angamashumi ayisikhombisa, etsheni elilodwa, kodwa uJothamu indodana kaJerubhali encane kunawo wonke wasala, ngoba wayecashile.
21 bheka ngiletha inhlekelele phezu kwakho;+ futhi ngokuqinisekile ngizoshanelisisa ngemva kwakho+ nginqume ku-Ahabi noma ubani ochamela udonga+ nongakwazi ukuzisiza nongenanzuzo kwa-Israyeli.
13 Inzalo yesizukulwane sakhe mayibe ngeyokunqunywa.+Igama layo malisulwe esizukulwaneni esilandelayo.+