1 AmaKhosi 1:40 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 40 Ngemva kwalokho bonke abantu beza bemlandela, futhi abantu babebetha imitshingo+ bejabula ngenjabulo enkulu,+ kangangokuba umhlaba+ waqhekeka ngenxa yomsindo wabo. IzAga 29:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Lapho abalungile banda, abantu bayajabula;+ kodwa lapho omubi ebusa, abantu bayabubula.+
40 Ngemva kwalokho bonke abantu beza bemlandela, futhi abantu babebetha imitshingo+ bejabula ngenjabulo enkulu,+ kangangokuba umhlaba+ waqhekeka ngenxa yomsindo wabo.