Duteronomi 12:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Kumelwe nidlele lapho phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu+ futhi nijabule kuyo yonke imizamo yenu,+ nina nabezindlu zenu, ngoba uJehova uNkulunkulu wakho ukubusisile. 2 IziKronike 7:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ngosuku lwamashumi amabili nantathu lwenyanga yesikhombisa wabamukisa abantu baya emakhaya bejabule+ futhi beneme enhliziyweni ngenxa yobuhle+ uJehova ayebenzele uDavide noSolomoni no-Israyeli isizwe sakhe.+ Nehemiya 8:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Ngakho bonke abantu bahamba ukuze bayokudla baphuze futhi bathumele izabelo+ futhi bajabule kakhulu,+ ngoba babewaqondile amazwi ababaziswe wona.+
7 Kumelwe nidlele lapho phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu+ futhi nijabule kuyo yonke imizamo yenu,+ nina nabezindlu zenu, ngoba uJehova uNkulunkulu wakho ukubusisile.
10 Ngosuku lwamashumi amabili nantathu lwenyanga yesikhombisa wabamukisa abantu baya emakhaya bejabule+ futhi beneme enhliziyweni ngenxa yobuhle+ uJehova ayebenzele uDavide noSolomoni no-Israyeli isizwe sakhe.+
12 Ngakho bonke abantu bahamba ukuze bayokudla baphuze futhi bathumele izabelo+ futhi bajabule kakhulu,+ ngoba babewaqondile amazwi ababaziswe wona.+