-
2 IziKronike 14:11INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
11 U-Asa waqala ukubiza uJehova uNkulunkulu wakhe+ wathi: “O Jehova, ngokuphathelene nokusiza, akunandaba kuwe ukuthi kukhona abaningi noma kukhona abangenamandla.+ O Jehova Nkulunkulu wethu, sisize, ngoba sinciké kuwe,+ futhi size ukuzomelana nalesi sixuku egameni lakho.+ O Jehova, wena unguNkulunkulu wethu.+ Ungavumeli umuntu ofayo abe namandla ngokumelene nawe.”+
-