Numeri 16:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Uma laba bantu bezofa ngokufa kwaso sonke isintu futhi bezojeziswa ngesijeziso saso sonke isintu,+ khona-ke akuyena uJehova ongithumile.+ Duteronomi 18:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 lapho umprofethi ekhuluma egameni likaJehova futhi izwi lingenzeki noma lingagcwaliseki, lelo yizwi uJehova angazange alikhulume. Lowo mprofethi ulikhulumé ngokugabadela.+ Akumelwe anethuse.’+
29 Uma laba bantu bezofa ngokufa kwaso sonke isintu futhi bezojeziswa ngesijeziso saso sonke isintu,+ khona-ke akuyena uJehova ongithumile.+
22 lapho umprofethi ekhuluma egameni likaJehova futhi izwi lingenzeki noma lingagcwaliseki, lelo yizwi uJehova angazange alikhulume. Lowo mprofethi ulikhulumé ngokugabadela.+ Akumelwe anethuse.’+