34 Kukhona umuntu owansala umnsalo engaqonde bubi, kodwa wagwaza inkosi yakwa-Israyeli phakathi kwejazi lensimbi nezingcwecwe ezixhunyelwe, kangangokuba yathi kumshayeli wenqola yayo:+ “Phendula isandla sakho, ungikhiphe ekamu, ngoba ngilimele kabi.”