Duteronomi 1:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 “Ngayala abahluleli benu ngaleso sikhathi, ngathi, ‘Lapho nilalela icala phakathi kwabafowenu, kumelwe nahlulele ngokulunga+ phakathi komuntu nomfowabo noma umfokazi okanye naye.+ Johane 5:30 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 30 Mina angikwazi ukwenza ngisho nento eyodwa ngokusuka kimi ngokwami; ngahlulela ngalokho nje engikuzwayo; futhi isahlulelo engisikhiphayo silungile,+ ngoba angifuni intando yami, kodwa intando+ yalowo ongithumile. Johane 8:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Kodwa nokho uma ngahlulela, ukwahlulela kwami kuneqiniso, ngoba angingedwa, kodwa uBaba ongithumileyo unami.+
16 “Ngayala abahluleli benu ngaleso sikhathi, ngathi, ‘Lapho nilalela icala phakathi kwabafowenu, kumelwe nahlulele ngokulunga+ phakathi komuntu nomfowabo noma umfokazi okanye naye.+
30 Mina angikwazi ukwenza ngisho nento eyodwa ngokusuka kimi ngokwami; ngahlulela ngalokho nje engikuzwayo; futhi isahlulelo engisikhiphayo silungile,+ ngoba angifuni intando yami, kodwa intando+ yalowo ongithumile.
16 Kodwa nokho uma ngahlulela, ukwahlulela kwami kuneqiniso, ngoba angingedwa, kodwa uBaba ongithumileyo unami.+