2 Samuweli 5:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 UDavide wahlala kuso isiphephelo, sabizwa ngokuthi uMuzi KaDavide; uDavide wakha nxazonke ukusuka eNdundumeni+ nangaphakathi. 1 AmaKhosi 9:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 Nokho, indodakazi kaFaro+ yakhuphuka yaphuma eMzini KaDavide+ yaya endlini yayo ayeyakhele yona. Yingaleso sikhathi lapho akha khona iNdunduma.+ 1 AmaKhosi 11:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Yilesi isizathu esenza ukuba aphakamisele inkosi isandla: USolomoni wayakhé iNdunduma.+ Wayevalé isikhala soMuzi KaDavide uyise.+ 2 AmaKhosi 12:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Nokho, izinceku zakhe+ zasuka zahlangana ngozungu+ zambulala uJehowashi endlini+ yeNdunduma,+ endleleni eyehlela eSila.
9 UDavide wahlala kuso isiphephelo, sabizwa ngokuthi uMuzi KaDavide; uDavide wakha nxazonke ukusuka eNdundumeni+ nangaphakathi.
24 Nokho, indodakazi kaFaro+ yakhuphuka yaphuma eMzini KaDavide+ yaya endlini yayo ayeyakhele yona. Yingaleso sikhathi lapho akha khona iNdunduma.+
27 Yilesi isizathu esenza ukuba aphakamisele inkosi isandla: USolomoni wayakhé iNdunduma.+ Wayevalé isikhala soMuzi KaDavide uyise.+
20 Nokho, izinceku zakhe+ zasuka zahlangana ngozungu+ zambulala uJehowashi endlini+ yeNdunduma,+ endleleni eyehlela eSila.