2 AmaKhosi 19:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 U-Isaya wathi kuzo: “Yilokhu okufanele nikusho enkosini yenu, ‘Yilokhu uJehova akushilo:+ “Ungesabi+ ngenxa yamazwi owazwile izikhonzi zenkosi yase-Asiriya ezingithuke ngawo.+ 2 IziKronike 20:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Ngenxa yalokho wathi: “Lalela, wena Juda wonke nani abakhileyo eJerusalema nawe Nkosi Jehoshafati! Yilokhu uJehova akushilo kini, ‘Ningesabi+ noma nethuke ngenxa yalesi sixuku esikhulu; ngoba impi akuyona eyenu, kodwa ngekaNkulunkulu.+ Mathewu 10:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 Ningabesabi+ labo ababulala umzimba kodwa bengenakuwubulala umphefumulo; kodwa kunalokho yesabani lowo+ ongabhubhisa kokubili umphefumulo nomzimba eGehena.+
6 U-Isaya wathi kuzo: “Yilokhu okufanele nikusho enkosini yenu, ‘Yilokhu uJehova akushilo:+ “Ungesabi+ ngenxa yamazwi owazwile izikhonzi zenkosi yase-Asiriya ezingithuke ngawo.+
15 Ngenxa yalokho wathi: “Lalela, wena Juda wonke nani abakhileyo eJerusalema nawe Nkosi Jehoshafati! Yilokhu uJehova akushilo kini, ‘Ningesabi+ noma nethuke ngenxa yalesi sixuku esikhulu; ngoba impi akuyona eyenu, kodwa ngekaNkulunkulu.+
28 Ningabesabi+ labo ababulala umzimba kodwa bengenakuwubulala umphefumulo; kodwa kunalokho yesabani lowo+ ongabhubhisa kokubili umphefumulo nomzimba eGehena.+