12 Futhi, bheka! thina sinoNkulunkulu weqiniso phambi kwethu+ kanye nabapristi bakhe+ namacilongo awuphawu+ okuzwakalisa inhlabamkhosi yempi ngokumelene nani. O bantwana bakwa-Israyeli, ningalwi noJehova uNkulunkulu wokhokho benu,+ ngoba ngeke niphumelele.”+