2 AmaKhosi 18:33 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 33 Ingabe onkulunkulu bezizwe bakhululile+ yini yilowo nalowo izwe lakhe esandleni senkosi yase-Asiriya?+ 2 AmaKhosi 19:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Anikele onkulunkulu bazo emlilweni, ngoba bebengebona onkulunkulu,+ kodwa bewumsebenzi wezandla zomuntu,+ ukhuni netshe; yingakho ababhubhisa. IHubo 115:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Abazenzayo bayofana nsé nazo,+Bonke abathembela kuzo.+ Isaya 44:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Ningabi nengebhe, futhi ningalutheki.+ Angizange yini nginenze nizwe ngabanye futhi nginazise kona kusukela ngaleso sikhathi?+ Ningofakazi bami.+ Ukhona yini uNkulunkulu ngaphandle kwami?+ Cha, alikho iDwala.+ Alikho engilazile.’”
33 Ingabe onkulunkulu bezizwe bakhululile+ yini yilowo nalowo izwe lakhe esandleni senkosi yase-Asiriya?+
18 Anikele onkulunkulu bazo emlilweni, ngoba bebengebona onkulunkulu,+ kodwa bewumsebenzi wezandla zomuntu,+ ukhuni netshe; yingakho ababhubhisa.
8 Ningabi nengebhe, futhi ningalutheki.+ Angizange yini nginenze nizwe ngabanye futhi nginazise kona kusukela ngaleso sikhathi?+ Ningofakazi bami.+ Ukhona yini uNkulunkulu ngaphandle kwami?+ Cha, alikho iDwala.+ Alikho engilazile.’”