IHubo 127:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 127 Ngaphandle kokuba uJehova ngokwakhe eyakha indlu,+Akusizi ngalutho ukuthi abakhi bayo basebenzé kanzima kuyo.+Ngaphandle kokuba uJehova ngokwakhe ewuqapha umuzi,+Akusizi ngalutho ukuthi umqaphi uhlalé ephapheme.+ Malaki 3:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Lethani konke okweshumi+ enqolobaneni, ukuze kube khona ukudla endlini yami;+ ngiyanicela ukuba ningivivinye kulesi sici,”+ kusho uJehova wamabutho, “ukuthi ngeke yini nginivulele amasango ezikhukhula asemazulwini+ empeleni ngithululele phezu kwenu isibusiso kuze kungabikho ukuswela.”+ IzEnzo 9:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Khona-ke, ngempela, ibandla+ kulo lonke elaseJudiya naseGalile naseSamariya langena enkathini yokuthula, lakhiwa; futhi njengoba lalihamba ekumesabeni uJehova+ nasenduduzweni yomoya ongcwele+ laqhubeka landa.
127 Ngaphandle kokuba uJehova ngokwakhe eyakha indlu,+Akusizi ngalutho ukuthi abakhi bayo basebenzé kanzima kuyo.+Ngaphandle kokuba uJehova ngokwakhe ewuqapha umuzi,+Akusizi ngalutho ukuthi umqaphi uhlalé ephapheme.+
10 Lethani konke okweshumi+ enqolobaneni, ukuze kube khona ukudla endlini yami;+ ngiyanicela ukuba ningivivinye kulesi sici,”+ kusho uJehova wamabutho, “ukuthi ngeke yini nginivulele amasango ezikhukhula asemazulwini+ empeleni ngithululele phezu kwenu isibusiso kuze kungabikho ukuswela.”+
31 Khona-ke, ngempela, ibandla+ kulo lonke elaseJudiya naseGalile naseSamariya langena enkathini yokuthula, lakhiwa; futhi njengoba lalihamba ekumesabeni uJehova+ nasenduduzweni yomoya ongcwele+ laqhubeka landa.