1 AmaKhosi 16:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 Ekugcineni u-Omri walala nokhokho bakhe wangcwatshwa eSamariya; u-Ahabi+ indodana yakhe wabusa esikhundleni sakhe. 1 AmaKhosi 16:33 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 33 U-Ahabi wenza isigxobo esingcwele;+ futhi u-Ahabi wenza okungaphezulu ukuze acasule+ uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli kunawo wonke amakhosi akwa-Israyeli ayengaphambi kwakhe. 1 AmaKhosi 21:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Akekho ngisho noyedwa vó owaba njengo-Ahabi,+ owazithengisa ukuba enze okubi emehlweni kaJehova, owayeshoshozelwa+ uJezebeli+ umkakhe. 2 AmaKhosi 8:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Wahamba endleleni yamakhosi akwa-Israyeli,+ njengoba nje ayenzile awendlu ka-Ahabi;+ ngoba yindodakazi ka-Ahabi eyaba umkakhe,+ futhi waqhubeka enza okubi emehlweni kaJehova.
28 Ekugcineni u-Omri walala nokhokho bakhe wangcwatshwa eSamariya; u-Ahabi+ indodana yakhe wabusa esikhundleni sakhe.
33 U-Ahabi wenza isigxobo esingcwele;+ futhi u-Ahabi wenza okungaphezulu ukuze acasule+ uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli kunawo wonke amakhosi akwa-Israyeli ayengaphambi kwakhe.
25 Akekho ngisho noyedwa vó owaba njengo-Ahabi,+ owazithengisa ukuba enze okubi emehlweni kaJehova, owayeshoshozelwa+ uJezebeli+ umkakhe.
18 Wahamba endleleni yamakhosi akwa-Israyeli,+ njengoba nje ayenzile awendlu ka-Ahabi;+ ngoba yindodakazi ka-Ahabi eyaba umkakhe,+ futhi waqhubeka enza okubi emehlweni kaJehova.