Levitikusi 20:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Akumelwe nihambe ngezimiso zezizwe engizixosha phambi kwenu,+ ngoba zizenzile zonke lezi zinto futhi ngiyazenyanya.+ Duteronomi 12:30 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 30 Ziqaphele funa ucushwe ngemva kwazo,+ ngemva kokuba sezibhuqiwe phambi kwakho, futhi funa ubuze ngokuphathelene nonkulunkulu bazo, uthi, ‘Zazibakhonza kanjani lezi zizwe onkulunkulu bazo? Nami, yebo, nami ngizokwenza ngendlela efanayo.’ Duteronomi 18:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 “Lapho usungenile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, akumelwe ufunde ukwenza ngokwezinengiso zalezo zizwe.+
23 Akumelwe nihambe ngezimiso zezizwe engizixosha phambi kwenu,+ ngoba zizenzile zonke lezi zinto futhi ngiyazenyanya.+
30 Ziqaphele funa ucushwe ngemva kwazo,+ ngemva kokuba sezibhuqiwe phambi kwakho, futhi funa ubuze ngokuphathelene nonkulunkulu bazo, uthi, ‘Zazibakhonza kanjani lezi zizwe onkulunkulu bazo? Nami, yebo, nami ngizokwenza ngendlela efanayo.’
9 “Lapho usungenile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, akumelwe ufunde ukwenza ngokwezinengiso zalezo zizwe.+