9 kodwa nokho ngesikhathi ngikanye nani futhi ngehlelwa ukuswela, angizange ngibe umthwalo nakoyedwa,+ ngoba abazalwane ababevela eMakedoniya+ bakwanelisa kakhulu ukuntula kwami. Yebo, ngazigcina ngingewona umthwalo osindayo kini ngazo zonke izindlela futhi ngizozigcina nginjalo.+