IzAga 21:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Inhliziyo yenkosi injengemifudlana yamanzi esandleni sikaJehova.+ Uyiphendulela noma kuphi lapho ethanda khona.+ Daniyeli 2:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ngonyaka wesibili wobukhosi bukaNebukhadinezari, uNebukhadinezari waphupha amaphupho;+ futhi umoya wakhe waqala ukuyaluza,+ waqwasha. Daniyeli 6:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Ngaleso sikhathi inkosi yaya esigodlweni sayo yachitha ubusuku izile ukudla,+ futhi akungeniswanga zinsimbi zomculo phambi kwayo, futhi ubuthongo bayo bayibalekela.+
21 Inhliziyo yenkosi injengemifudlana yamanzi esandleni sikaJehova.+ Uyiphendulela noma kuphi lapho ethanda khona.+
2 Ngonyaka wesibili wobukhosi bukaNebukhadinezari, uNebukhadinezari waphupha amaphupho;+ futhi umoya wakhe waqala ukuyaluza,+ waqwasha.
18 Ngaleso sikhathi inkosi yaya esigodlweni sayo yachitha ubusuku izile ukudla,+ futhi akungeniswanga zinsimbi zomculo phambi kwayo, futhi ubuthongo bayo bayibalekela.+