Esteri 2:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Kwakukhona umuntu othile, umJuda, enqabeni iShushani,+ igama lakhe kunguMoridekayi+ indodana kaJayire indodana kaShimeyi indodana kaKishi umBhenjamini,+ Esteri 8:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Ngalolo suku iNkosi u-Ahashiveroshi yanika u-Esteri indlovukazi indlu kaHamani,+ owayenobutha namaJuda;+ futhi uMoridekayi ngokwakhe wangena phambi kwenkosi, ngoba u-Esteri wayeyitshelile lokho ayeyikho kuye.+ Esteri 10:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngoba uMoridekayi umJuda wayengowesibili+ ngemva kweNkosi u-Ahashiveroshi futhi wayemkhulu phakathi kwamaJuda futhi amukelwa uquqaba lwabafowabo, esebenzela inhlalakahle yabantu bakubo futhi ekhuluma ukuthula+ kuyo yonke inzalo yabo.
5 Kwakukhona umuntu othile, umJuda, enqabeni iShushani,+ igama lakhe kunguMoridekayi+ indodana kaJayire indodana kaShimeyi indodana kaKishi umBhenjamini,+
8 Ngalolo suku iNkosi u-Ahashiveroshi yanika u-Esteri indlovukazi indlu kaHamani,+ owayenobutha namaJuda;+ futhi uMoridekayi ngokwakhe wangena phambi kwenkosi, ngoba u-Esteri wayeyitshelile lokho ayeyikho kuye.+
3 Ngoba uMoridekayi umJuda wayengowesibili+ ngemva kweNkosi u-Ahashiveroshi futhi wayemkhulu phakathi kwamaJuda futhi amukelwa uquqaba lwabafowabo, esebenzela inhlalakahle yabantu bakubo futhi ekhuluma ukuthula+ kuyo yonke inzalo yabo.