Levitikusi 5:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 “‘Manje uma kwenzeka umphefumulo+ wona ngokuthi uzwé umuntu eqalekisa obala+ futhi ungufakazi noma ubonile noma wazile ngako, uma ungakubiki,+ khona-ke kumelwe uphendule ngesiphambeko sawo. Esteri 6:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ekugcineni kwatholakala kulotshwe lokho uMoridekayi ayekubikile+ ngokuphathelene noBhigithani, noThereshi, izikhulu ezimbili zegceke+ zenkosi, abalindimnyango, ezazifune ukubeka isandla eNkosini u-Ahashiveroshi. IzAga 29:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 Ongumngane wesela uzonda umphefumulo wakhe siqu.+ Angase ezwe isifungo esihilela isiqalekiso, kodwa angabiki lutho.+ Hezekeli 33:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 “Manje ngokuqondene nawe ndodana yomuntu, ngikwenzé umlindi endlini ka-Israyeli,+ futhi kumelwe uzwe izwi emlonyeni wami ubanikeze isixwayiso esivela kimi.+
5 “‘Manje uma kwenzeka umphefumulo+ wona ngokuthi uzwé umuntu eqalekisa obala+ futhi ungufakazi noma ubonile noma wazile ngako, uma ungakubiki,+ khona-ke kumelwe uphendule ngesiphambeko sawo.
2 Ekugcineni kwatholakala kulotshwe lokho uMoridekayi ayekubikile+ ngokuphathelene noBhigithani, noThereshi, izikhulu ezimbili zegceke+ zenkosi, abalindimnyango, ezazifune ukubeka isandla eNkosini u-Ahashiveroshi.
24 Ongumngane wesela uzonda umphefumulo wakhe siqu.+ Angase ezwe isifungo esihilela isiqalekiso, kodwa angabiki lutho.+
7 “Manje ngokuqondene nawe ndodana yomuntu, ngikwenzé umlindi endlini ka-Israyeli,+ futhi kumelwe uzwe izwi emlonyeni wami ubanikeze isixwayiso esivela kimi.+