IHubo 10:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Phula ingalo yokhohlakele nomubi.+Kwangathi ungakufuna ukukhohlakala kwakhe kuze kube yilapho usukuthole konke.+ Jeremiya 48:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 “‘Uphondo lukaMowabi lunqunyiwe,+ ingalo yakhe iphuliwe,’+ kusho uJehova. Hezekeli 30:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 “Ngakho-ke yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushilo, ‘Bheka ngimelene noFaro inkosi yaseGibhithe,+ futhi ngizoziphula izingalo zakhe,+ enamandla kanye nephukile,+ ngizokwenza ukuba inkemba iwe esandleni sakhe.+
15 Phula ingalo yokhohlakele nomubi.+Kwangathi ungakufuna ukukhohlakala kwakhe kuze kube yilapho usukuthole konke.+
22 “Ngakho-ke yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushilo, ‘Bheka ngimelene noFaro inkosi yaseGibhithe,+ futhi ngizoziphula izingalo zakhe,+ enamandla kanye nephukile,+ ngizokwenza ukuba inkemba iwe esandleni sakhe.+