IHubo 7:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 UJehova ngokwakhe uyogweba izizwe.+O Jehova, ngahlulele ngokokulunga kwami+Nangokobuqotho bami+ obukimi. IHubo 26:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 Ngahlulele,+ Jehova, ngoba mina ngihambé ngobuqotho bami,+Futhi ngithembelé kuJehova, ukuze ngingaxegezeli.+ IHubo 96:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Phambi kukaJehova. Ngoba uzile;+Ngoba uzile ukuzokwahlulela umhlaba.+Uyokwahlulela izwe elikhiqizayo ngokulunga+Nezizwe ngokuthembeka kwakhe.+ Isaya 11:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Uyokwahlulela abantu abaphansi ngokulunga,+ futhi uyosola ngobuqotho ngenxa yabantu abamnene basemhlabeni. Uyoshaya umhlaba ngenduku yomlomo wakhe;+ futhi uyobulala omubi ngomoya wezindebe zakhe.+
8 UJehova ngokwakhe uyogweba izizwe.+O Jehova, ngahlulele ngokokulunga kwami+Nangokobuqotho bami+ obukimi.
26 Ngahlulele,+ Jehova, ngoba mina ngihambé ngobuqotho bami,+Futhi ngithembelé kuJehova, ukuze ngingaxegezeli.+
13 Phambi kukaJehova. Ngoba uzile;+Ngoba uzile ukuzokwahlulela umhlaba.+Uyokwahlulela izwe elikhiqizayo ngokulunga+Nezizwe ngokuthembeka kwakhe.+
4 Uyokwahlulela abantu abaphansi ngokulunga,+ futhi uyosola ngobuqotho ngenxa yabantu abamnene basemhlabeni. Uyoshaya umhlaba ngenduku yomlomo wakhe;+ futhi uyobulala omubi ngomoya wezindebe zakhe.+