IHubo 40:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Kwangathi bangaba namahloni bajabhe bonke ngothi lwabo+Abafuna umphefumulo wami ukuze bawukhukhule.+Kwangathi abajabula ngenhlekelele+ yami bangabuyela emuva babe namahloni. IHubo 109:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Labo abamelana nami mabembathe ukululazeka,+Futhi mabazisonge ngamahloni abo njengokungathi ngejazi elingenamikhono.+ Jeremiya 20:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Kodwa uJehova wayenami+ njengonamandla owesabekayo.+ Yingakho labo abangishushisayo uqobo lwabo beyokhubeka banganqobi.+ Ngokuqinisekile bayohlazeka kakhulu, ngoba bayobe bengachumile. Ukululazeka kwabo okumi kuze kube nini nanini kuyoba okungayikulibaleka nanini.+
14 Kwangathi bangaba namahloni bajabhe bonke ngothi lwabo+Abafuna umphefumulo wami ukuze bawukhukhule.+Kwangathi abajabula ngenhlekelele+ yami bangabuyela emuva babe namahloni.
29 Labo abamelana nami mabembathe ukululazeka,+Futhi mabazisonge ngamahloni abo njengokungathi ngejazi elingenamikhono.+
11 Kodwa uJehova wayenami+ njengonamandla owesabekayo.+ Yingakho labo abangishushisayo uqobo lwabo beyokhubeka banganqobi.+ Ngokuqinisekile bayohlazeka kakhulu, ngoba bayobe bengachumile. Ukululazeka kwabo okumi kuze kube nini nanini kuyoba okungayikulibaleka nanini.+