Jeremiya 11:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Kodwa uJehova wamabutho wahlulela ngokulunga;+ uhlola izinso nenhliziyo.+ O kwangathi ngingabona impindiselo yakho kubo, ngoba ngilembulé kuwe icala lami engimangalelwe ngalo.+ Jeremiya 17:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Mina, Jehova, ngiphenya inhliziyo,+ ngihlola izinso,+ yebo ukuze nginike yilowo nalowo ngokwezindlela zakhe,+ ngokwezithelo zezenzo zakhe.+ Jeremiya 20:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Kodwa wena, Jehova wamabutho, uhlola olungileyo;+ ubona izinso nenhliziyo.+ Kwangathi ngingabona impindiselo yakho phezu kwabo,+ ngoba ngilembule kuwe icala lami engimangalelwe ngalo.+ IsAmbulo 2:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Abantwana bakhe ngizobabulala ngesifo esibulalayo, ukuze wonke amabandla azi ukuthi nginguye ohlola izinso nezinhliziyo, futhi ngizoninika ngabanye ngokwezenzo zenu.+
20 Kodwa uJehova wamabutho wahlulela ngokulunga;+ uhlola izinso nenhliziyo.+ O kwangathi ngingabona impindiselo yakho kubo, ngoba ngilembulé kuwe icala lami engimangalelwe ngalo.+
10 Mina, Jehova, ngiphenya inhliziyo,+ ngihlola izinso,+ yebo ukuze nginike yilowo nalowo ngokwezindlela zakhe,+ ngokwezithelo zezenzo zakhe.+
12 Kodwa wena, Jehova wamabutho, uhlola olungileyo;+ ubona izinso nenhliziyo.+ Kwangathi ngingabona impindiselo yakho phezu kwabo,+ ngoba ngilembule kuwe icala lami engimangalelwe ngalo.+
23 Abantwana bakhe ngizobabulala ngesifo esibulalayo, ukuze wonke amabandla azi ukuthi nginguye ohlola izinso nezinhliziyo, futhi ngizoninika ngabanye ngokwezenzo zenu.+