IHubo 35:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Ngoba bangifihlele umgodi wabo onenetha ngaphandle kwesizathu;+Bawumbele umphefumulo wami ngaphandle kwesizathu.+ IHubo 40:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Futhi wangenyusa emgodini odumayo,+Odakeni lwenzika.+Khona-ke waphakamisela izinyawo zami edwaleni;+Wazimisa zaqina izinyathelo zami.+ IHubo 57:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Izinyathelo zami bazilungiselele inetha;+Umphefumulo wami ukhotheme.+Bagubhé igebe phambi kwami;Bawelé kulo.+ Sela. Jeremiya 18:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Ingabe okuhle kufanele kubuyiselwe ngokubi?+ Ngoba bagubhele umphefumulo wami igodi.+ Khumbula ukuma kwami phambi kwakho ukuba ngikhulume okuhle ngisho nangokuphathelene nabo, ukuba nginqande ukufutheka kwakho kubo.+
7 Ngoba bangifihlele umgodi wabo onenetha ngaphandle kwesizathu;+Bawumbele umphefumulo wami ngaphandle kwesizathu.+
2 Futhi wangenyusa emgodini odumayo,+Odakeni lwenzika.+Khona-ke waphakamisela izinyawo zami edwaleni;+Wazimisa zaqina izinyathelo zami.+
6 Izinyathelo zami bazilungiselele inetha;+Umphefumulo wami ukhotheme.+Bagubhé igebe phambi kwami;Bawelé kulo.+ Sela.
20 Ingabe okuhle kufanele kubuyiselwe ngokubi?+ Ngoba bagubhele umphefumulo wami igodi.+ Khumbula ukuma kwami phambi kwakho ukuba ngikhulume okuhle ngisho nangokuphathelene nabo, ukuba nginqande ukufutheka kwakho kubo.+