Genesise 3:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Kowesifazane wathi: “Ngizobandisa kakhulu ubuhlungu bokukhulelwa kwakho;+ uyozala abantwana ngemihelo,+ futhi uzonxanela umyeni wakho, yena uzokubusa.”+ Jobe 14:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ubani ongaveza ohlanzekile kongcolileyo?+Akekho noyedwa. Roma 5:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Kungakho, njengoba nje ngomuntu oyedwa+ isono sangena ezweni nokufa+ kwangena ngesono, futhi kanjalo ukufa kwasakazekela kubantu bonke ngenxa yokuthi bonke bonile+—.
16 Kowesifazane wathi: “Ngizobandisa kakhulu ubuhlungu bokukhulelwa kwakho;+ uyozala abantwana ngemihelo,+ futhi uzonxanela umyeni wakho, yena uzokubusa.”+
12 Kungakho, njengoba nje ngomuntu oyedwa+ isono sangena ezweni nokufa+ kwangena ngesono, futhi kanjalo ukufa kwasakazekela kubantu bonke ngenxa yokuthi bonke bonile+—.