2 IziKronike 33:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Wayelokhu ethandaza kuYe, kangangokuba wavuma ukuba ancengwe+ nguye futhi wasizwa isicelo sakhe somusa wambuyisela eJerusalema ebukhosini bakhe;+ uManase wazi ukuthi uJehova unguNkulunkulu weqiniso.+ IHubo 22:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 Ngoba akazange akudelele+Noma akwenyanye ukuhlupheka kohluphekile;+Akazange abufihle ubuso bakhe kuye,+Futhi wezwa lapho ekhalela usizo kuye.+ IHubo 119:58 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 58 Ngikuncengé ngayo yonke inhliziyo yami.+Ngibonise umusa ngokwezwi lakho.+ IzAga 28:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Omboza izeqo zakhe ngeke aphumelele,+ kodwa ozivumayo azishiye uyoboniswa isihe.+ Luka 15:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 Kodwa uyise wathi ezincekwini zakhe, ‘Sheshani! khiphani isembatho esihle kunazo zonke, nimgqokise+ sona, nifake indandatho+ esandleni sakhe nezimbadada ezinyaweni zakhe.
13 Wayelokhu ethandaza kuYe, kangangokuba wavuma ukuba ancengwe+ nguye futhi wasizwa isicelo sakhe somusa wambuyisela eJerusalema ebukhosini bakhe;+ uManase wazi ukuthi uJehova unguNkulunkulu weqiniso.+
24 Ngoba akazange akudelele+Noma akwenyanye ukuhlupheka kohluphekile;+Akazange abufihle ubuso bakhe kuye,+Futhi wezwa lapho ekhalela usizo kuye.+
22 Kodwa uyise wathi ezincekwini zakhe, ‘Sheshani! khiphani isembatho esihle kunazo zonke, nimgqokise+ sona, nifake indandatho+ esandleni sakhe nezimbadada ezinyaweni zakhe.