Duteronomi 10:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 okhiphela intandane nomfelokazi+ isahlulelo futhi omthandayo umfokazi+ aze amnike isinkwa nesiphuku. IHubo 146:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 UJehova uqapha abafokazi;+Ukhulula intandane nomfelokazi,+Kodwa indlela+ yababi uyayigwegwisa.+ Jeremiya 49:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Bashiye izintandane zakho.+ Mina ngokwami ngizozilonda, ngisho nabafelokazi bakho bayothembela kimi.”+ Hoseya 14:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 I-Asiriya ngeke lisisindise.+ Ngeke sigibele amahhashi.+ Ngeke siphinde sisho emsebenzini wezandla zethu sithi, “Nkulunkulu wethu!” ngoba nguwe obonisa intandane isihe.’+ Hebheru 13:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ukuze sibe nesibindi+ futhi sithi: “UJehova ungumsizi wami; ngeke ngesabe. Umuntu angangenzani?”+
18 okhiphela intandane nomfelokazi+ isahlulelo futhi omthandayo umfokazi+ aze amnike isinkwa nesiphuku.
11 Bashiye izintandane zakho.+ Mina ngokwami ngizozilonda, ngisho nabafelokazi bakho bayothembela kimi.”+
3 I-Asiriya ngeke lisisindise.+ Ngeke sigibele amahhashi.+ Ngeke siphinde sisho emsebenzini wezandla zethu sithi, “Nkulunkulu wethu!” ngoba nguwe obonisa intandane isihe.’+