Isaya 26:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Ebusuku ngikufisé ngomphefumulo wami;+ yebo, ngomoya wami ongaphakathi kimi ngilokhu ngikufuna;+ ngoba, lapho kukhona izahlulelo zakho ngomhlaba,+ abakhileyo ezweni elikhiqizayo ngokuqinisekile bayofunda+ ukulunga.+ Isaya 45:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 “O nina mazulu, bangelani ukuconsa okuvela phezulu;+ isibhakabhaka masiconse ukulunga.+ Umhlaba mawuvuleke, futhi mawukhiqize insindiso, mawubangele ukuba kumile ukulunga+ ngasikhathi sinye. Mina, Jehova, ngikudalile.”+
9 Ebusuku ngikufisé ngomphefumulo wami;+ yebo, ngomoya wami ongaphakathi kimi ngilokhu ngikufuna;+ ngoba, lapho kukhona izahlulelo zakho ngomhlaba,+ abakhileyo ezweni elikhiqizayo ngokuqinisekile bayofunda+ ukulunga.+
8 “O nina mazulu, bangelani ukuconsa okuvela phezulu;+ isibhakabhaka masiconse ukulunga.+ Umhlaba mawuvuleke, futhi mawukhiqize insindiso, mawubangele ukuba kumile ukulunga+ ngasikhathi sinye. Mina, Jehova, ngikudalile.”+