-
Isaya 51:6INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
6 “Phakamiselani amehlo enu emazulwini,+ bese nibheka umhlaba phansi. Ngoba wona kanye amazulu ayohlakazeka abe yizicucu njengomusi,+ futhi umhlaba uyoguga njengengubo,+ abakhileyo kuwo bayofa njengensensane nje. Kodwa insindiso yami, iyoba khona kuze kube nini nanini,+ nokulunga kwami ngeke kuphihlizwe.+
-