IHubo 62:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 O bantu, thembelani kuye ngazo zonke izikhathi.+Thululani inhliziyo yenu phambi kwakhe.+UNkulunkulu uyisiphephelo sethu.+ Sela. IHubo 64:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Olungile uyojabula ngoJehova futhi impela uyophephela kuye;+Futhi bonke abaqotho enhliziyweni bayoziqhayisa.+ IHubo 118:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Kungcono ukuphephela kuJehova+Kunokuthembela kumuntu wasemhlabeni.+ Isaya 26:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ukuthambekela okusekelwe kahle wena uyokulonda ngokuthula okuqhubekayo,+ ngoba umuntu wenziwa athembele kuwe.+ Johane 14:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 “Ningazivumeli izinhliziyo zenu zikhathazeke.+ Bonisani ukholo kuNkulunkulu,+ nibonise ukholo nakimi.+ IzEnzo 27:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Ngakho-ke yibani nesibindi, madoda; ngoba ngiyakholwa kuNkulunkulu+ ukuthi kuzoba njengoba nje ngitsheliwe.
8 O bantu, thembelani kuye ngazo zonke izikhathi.+Thululani inhliziyo yenu phambi kwakhe.+UNkulunkulu uyisiphephelo sethu.+ Sela.
10 Olungile uyojabula ngoJehova futhi impela uyophephela kuye;+Futhi bonke abaqotho enhliziyweni bayoziqhayisa.+
3 Ukuthambekela okusekelwe kahle wena uyokulonda ngokuthula okuqhubekayo,+ ngoba umuntu wenziwa athembele kuwe.+
14 “Ningazivumeli izinhliziyo zenu zikhathazeke.+ Bonisani ukholo kuNkulunkulu,+ nibonise ukholo nakimi.+
25 Ngakho-ke yibani nesibindi, madoda; ngoba ngiyakholwa kuNkulunkulu+ ukuthi kuzoba njengoba nje ngitsheliwe.