14 Ngokushesha uDavide wathi kuzo zonke izinceku zakhe ezazinaye eJerusalema: “Sukumani, sibaleke;+ ngoba ngeke siphunyuke ngenxa ka-Absalomu! Hambani ngokushesha, funa asheshe futhi asifice ehlisele okubi phezu kwethu agalele umuzi ngosiko lwenkemba!”+