Esteri 7:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Base bemlengisa uHamani esigxotsheni+ ayesilungisele uMoridekayi;+ ulaka lwenkosi lwabohla. IHubo 94:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Futhi uzobuyisela kubo ukulimaza kwabo+Abathulise ngenhlekelele yabo.+UJehova uNkulunkulu wethu uzobathulisa.+ IzAga 12:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Umuntu omubi ubanjwa yiseqo sezindebe,+ kodwa olungile uyaphuma osizini.+ IzAga 18:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Umlomo woyisiphukuphuku uyincithakalo yakhe,+ nezindebe zakhe ziwugibe lomphefumulo wakhe.+
23 Futhi uzobuyisela kubo ukulimaza kwabo+Abathulise ngenhlekelele yabo.+UJehova uNkulunkulu wethu uzobathulisa.+