IHubo 37:39 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 39 Insindiso yabalungileyo ivela kuJehova;+Uyinqaba yabo ngesikhathi sokucindezeleka.+ IzAga 21:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Ihhashi yinto elungiselelwa usuku lwempi,+ kodwa insindiso ingekaJehova.+ Isaya 43:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Mina—mina nginguJehova,+ ngaphandle kwami akekho umsindisi.”+ Hoseya 13:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 “Kodwa mina nginguJehova uNkulunkulu wakho kwasezweni laseGibhithe,+ futhi kwakungekho Nkulunkulu owawumazi ngaphandle kwami; futhi kungekho msindisi ngaphandle kwami.+ Jona 2:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Kodwa mina, ngizokwenzela umhlatshelo ngezwi lokubonga.+Engikuthembise ngesifungo, ngizokugcwalisa.+ Insindiso ingekaJehova.”+ IsAmbulo 19:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Ngemva kwalezi zinto, ngezwa izwi elikhulu lesixuku esikhulu ezulwini.+ Sathi: “Dumisani uJah!+ Insindiso+ nenkazimulo namandla ngokukaNkulunkulu wethu,+
4 “Kodwa mina nginguJehova uNkulunkulu wakho kwasezweni laseGibhithe,+ futhi kwakungekho Nkulunkulu owawumazi ngaphandle kwami; futhi kungekho msindisi ngaphandle kwami.+
9 Kodwa mina, ngizokwenzela umhlatshelo ngezwi lokubonga.+Engikuthembise ngesifungo, ngizokugcwalisa.+ Insindiso ingekaJehova.”+
19 Ngemva kwalezi zinto, ngezwa izwi elikhulu lesixuku esikhulu ezulwini.+ Sathi: “Dumisani uJah!+ Insindiso+ nenkazimulo namandla ngokukaNkulunkulu wethu,+