Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Genesise 39:12
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 12 Khona-ke wambamba ngengubo,+ wathi: “Lala nami!”+ Kodwa wayishiya esandleni sakhe ingubo yakhe wabalekela ngaphandle.+

  • IzAga 7:5
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 5 ukuze kukuqaphe kowesifazane ongaziwa,+ kowesifazane wesinye isizwe owenze amazwi akhe aba bushelelezi.+

  • IzAga 22:14
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 14 Umlomo wabesifazane abangaziwa ungumgodi ojulile.+ Olahlwe nguJehova uyowela kuwo.+

  • IzAga 23:27
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 27 Ngoba isifebe singumgodi ojulile+ nowesifazane wesinye isizwe ungumthombo ongumngcingo.

  • 1 Korinte 6:9
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 9 Babeshane! Anazi yini ukuthi abantu abangalungile ngeke balizuze ifa lombuso kaNkulunkulu?+ Ningadukiswa. Izifebe,+ noma abakhonza izithombe,+ iziphingi,+ amadoda agcinelwe izinjongo+ ezingezona ezemvelo, amadoda alala namadoda,+

  • 1 Korinte 6:18
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 18 Balekelani ubufebe.+ Zonke ezinye izono umuntu angase azenze zingaphandle komzimba wakhe, kodwa lowo ofebayo wona owakhe umzimba.+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela