IzAga 28:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Owandisa izimpahla zakhe zenani elikhulu ngenzalo+ nangenzuzo eyeqile umane nje uziqoqela lowo obonisa umusa kubantu abaphansi.+ Habakuki 2:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ngeke yini bona kanye laba, bonke, bayiphakamisele isaga+ namazwi agudliselayo, agigiyelayo? Umuntu uyothi, “‘Maye kuye owandisa okungekona okwakhe,+—kodwa kuyoze kube nini!+—maye nakulowo ozenzela umthwalo onzima wesikweletu! 1 Thimothewu 6:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Nokho, labo abazimisele ngokuceba bawela esilingweni+ nasogibeni nasezifisweni+ eziningi ezingenangqondo nezilimazayo, eziphonsa abantu ekubhujisweni nasencithakalweni.+
8 Owandisa izimpahla zakhe zenani elikhulu ngenzalo+ nangenzuzo eyeqile umane nje uziqoqela lowo obonisa umusa kubantu abaphansi.+
6 Ngeke yini bona kanye laba, bonke, bayiphakamisele isaga+ namazwi agudliselayo, agigiyelayo? Umuntu uyothi, “‘Maye kuye owandisa okungekona okwakhe,+—kodwa kuyoze kube nini!+—maye nakulowo ozenzela umthwalo onzima wesikweletu!
9 Nokho, labo abazimisele ngokuceba bawela esilingweni+ nasogibeni nasezifisweni+ eziningi ezingenangqondo nezilimazayo, eziphonsa abantu ekubhujisweni nasencithakalweni.+