1 Samuweli 15:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 USamuweli yena wathi: “Ingabe uJehova ujabulela iminikelo yokushiswa+ nemihlatshelo kunokulalelwa kwezwi likaJehova? Bheka! Ukulalela+ kungcono kunomhlatshelo,+ ukunaka kungcono kunamanoni+ ezinqama; IzAga 15:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Umhlatshelo wababi uyinto enengekayo kuJehova,+ kodwa umthandazo wabaqotho uyamjabulisa.+ Isaya 1:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 “Bunanzuzoni kimi ubuningi bemihlatshelo yenu?” kusho uJehova. “Isingicikile iminikelo yokushiswa ephelele+ yezinqama+ namanoni ezilwane ezondlekile;+ futhi angizange ngijabule+ ngegazi+ lezinkunzi nangamawundlu angamaduna nezimpongo.+ Jeremiya 6:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 “Nginandabani mina nokuthi niletha inhlaka yempepho evela eSheba+ nomhlanga omuhle ovela ezweni elikude? Iminikelo yenu yokushiswa ephelele ayilethi njabulo,+ nemihlatshelo yenu ibinganganelisi.”+
22 USamuweli yena wathi: “Ingabe uJehova ujabulela iminikelo yokushiswa+ nemihlatshelo kunokulalelwa kwezwi likaJehova? Bheka! Ukulalela+ kungcono kunomhlatshelo,+ ukunaka kungcono kunamanoni+ ezinqama;
11 “Bunanzuzoni kimi ubuningi bemihlatshelo yenu?” kusho uJehova. “Isingicikile iminikelo yokushiswa ephelele+ yezinqama+ namanoni ezilwane ezondlekile;+ futhi angizange ngijabule+ ngegazi+ lezinkunzi nangamawundlu angamaduna nezimpongo.+
20 “Nginandabani mina nokuthi niletha inhlaka yempepho evela eSheba+ nomhlanga omuhle ovela ezweni elikude? Iminikelo yenu yokushiswa ephelele ayilethi njabulo,+ nemihlatshelo yenu ibinganganelisi.”+