Isaya 56:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 “Wozani, madoda! Mangithathe iwayini; masiphuze uphuzo oludakayo luze lusicike.+ Ngokuqinisekile kusasa kuzoba njenganamuhla, kuyoba kuhle ngendlela enkulu kakhulu impela.+ Luka 12:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 futhi ngizothi+ emphefumulweni wami: “Mphefumulo, unezinto eziningi ezinhle ezibekelelwe iminyaka eminingi; khululeka, udle, uphuze, uzijabulise.”’+ Jakobe 4:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Minani, nina enithi: “Namuhla noma kusasa sizoya kulo muzi futhi sizochitha unyaka khona, futhi sizoqhuba ibhizinisi sithole imbuyiselo,”+
12 “Wozani, madoda! Mangithathe iwayini; masiphuze uphuzo oludakayo luze lusicike.+ Ngokuqinisekile kusasa kuzoba njenganamuhla, kuyoba kuhle ngendlela enkulu kakhulu impela.+
19 futhi ngizothi+ emphefumulweni wami: “Mphefumulo, unezinto eziningi ezinhle ezibekelelwe iminyaka eminingi; khululeka, udle, uphuze, uzijabulise.”’+
13 Minani, nina enithi: “Namuhla noma kusasa sizoya kulo muzi futhi sizochitha unyaka khona, futhi sizoqhuba ibhizinisi sithole imbuyiselo,”+