2 AmaKhosi 2:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Wasuka lapho wakhuphukela eBhethele.+ Njengoba ayekhuphuka ngendlela, kukhona abafana abancane+ abaphuma emzini baqala ukumklolodela+ futhi ababelokhu bethi kuye: “Yenyuka, mpandlana!+ Yenyuka, mpandlana!” IzAga 1:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 “Kuyoze kube nini nina eningenalwazi niqhubeka nithanda ukungabi nalwazi,+ kuyoze kube nini nina bahleki bosulu nifisa ukuhleka usulu isidanasi,+ futhi kuyoze kube nini nina ziphukuphuku niqhubeka nizonda ulwazi?+
23 Wasuka lapho wakhuphukela eBhethele.+ Njengoba ayekhuphuka ngendlela, kukhona abafana abancane+ abaphuma emzini baqala ukumklolodela+ futhi ababelokhu bethi kuye: “Yenyuka, mpandlana!+ Yenyuka, mpandlana!”
22 “Kuyoze kube nini nina eningenalwazi niqhubeka nithanda ukungabi nalwazi,+ kuyoze kube nini nina bahleki bosulu nifisa ukuhleka usulu isidanasi,+ futhi kuyoze kube nini nina ziphukuphuku niqhubeka nizonda ulwazi?+