Isaya 59:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Yingakho ubulungisa buye baba kude nathi, nokulunga kungasifici. Silokhu sithembe ukuthola ukukhanya, kodwa, bheka! ubumnyama; ukuthola ukukhanya okukhulu, kodwa sasilokhu sihamba esigayegayeni esiqhubekayo.+ Johane 12:35 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 35 Ngakho-ke uJesu wathi kubo: “Kuseyisikhashana ukukhanya kuphakathi kwenu. Hambani nisenokukhanya, ukuze ningagajwa ubumnyama;+ futhi lowo ohamba ebumnyameni akazi lapho eya khona.+
9 Yingakho ubulungisa buye baba kude nathi, nokulunga kungasifici. Silokhu sithembe ukuthola ukukhanya, kodwa, bheka! ubumnyama; ukuthola ukukhanya okukhulu, kodwa sasilokhu sihamba esigayegayeni esiqhubekayo.+
35 Ngakho-ke uJesu wathi kubo: “Kuseyisikhashana ukukhanya kuphakathi kwenu. Hambani nisenokukhanya, ukuze ningagajwa ubumnyama;+ futhi lowo ohamba ebumnyameni akazi lapho eya khona.+