IHubo 1:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngokuqinisekile uyoba njengomuthi otshalwe ngasemifudlaneni yamanzi,+Othela isithelo sawo ngenkathi yaso+Nomahlamvu awo angabuni,+Futhi konke akwenzayo kuyophumelela.+ IHubo 52:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Kodwa mina ngizoba njengomnqumo+ okhephuzelayo endlini kaNkulunkulu;Ngithembela emseni wothando kaNkulunkulu kuze kube nini nanini, yebo kuze kube phakade.+ Isaya 60:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Abantu bakho bona, bonke bayoba abalungile;+ bayoligcina izwe lingelabo kuze kube nini nanini,+ ihlumela elitshalwe yimi,+ umsebenzi wezandla zami,+ ukuba ngenziwe muhle.+ Jeremiya 17:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Ngokuqinisekile iyoba njengomuthi otshalwe ngasemanzini, othumela izimpande zawo ngasemseleni wamanzi; ngeke ibone lapho kufika ukushisa, kodwa empeleni amahlamvu ayo ayokhephuzela.+ Nangonyaka wesomiso+ ngeke ikhathazeke, futhi ngeke iyeke ukuthela izithelo.
3 Ngokuqinisekile uyoba njengomuthi otshalwe ngasemifudlaneni yamanzi,+Othela isithelo sawo ngenkathi yaso+Nomahlamvu awo angabuni,+Futhi konke akwenzayo kuyophumelela.+
8 Kodwa mina ngizoba njengomnqumo+ okhephuzelayo endlini kaNkulunkulu;Ngithembela emseni wothando kaNkulunkulu kuze kube nini nanini, yebo kuze kube phakade.+
21 Abantu bakho bona, bonke bayoba abalungile;+ bayoligcina izwe lingelabo kuze kube nini nanini,+ ihlumela elitshalwe yimi,+ umsebenzi wezandla zami,+ ukuba ngenziwe muhle.+
8 Ngokuqinisekile iyoba njengomuthi otshalwe ngasemanzini, othumela izimpande zawo ngasemseleni wamanzi; ngeke ibone lapho kufika ukushisa, kodwa empeleni amahlamvu ayo ayokhephuzela.+ Nangonyaka wesomiso+ ngeke ikhathazeke, futhi ngeke iyeke ukuthela izithelo.