IHubo 37:30 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 30 Umlomo wolungile ngokhuluma ukuhlakanipha ngezwi eliphansi,+Nolimi lwakhe ngolukhuluma ngendlela efanele.+ Mathewu 10:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Lokho mina enginitshela khona ebumnyameni, nina kushoni ekukhanyeni; nalokho enikuzwa kuhletshwa, kushumayeleni phezu kwezindlu.+ Roma 10:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ngoba ngenhliziyo+ umuntu ubonisa ukholo kube ngukulunga, kodwa ngomlomo umuntu uvuma obala+ kube yinsindiso. 2 Thimothewu 2:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 nezinto owazizwa ngami ngokusekela kofakazi abaningi,+ lezi zinto ziphathise amadoda athembekile, ayokufanelekela ngokwanele ukuba nawo afundise abanye.+
30 Umlomo wolungile ngokhuluma ukuhlakanipha ngezwi eliphansi,+Nolimi lwakhe ngolukhuluma ngendlela efanele.+
27 Lokho mina enginitshela khona ebumnyameni, nina kushoni ekukhanyeni; nalokho enikuzwa kuhletshwa, kushumayeleni phezu kwezindlu.+
10 Ngoba ngenhliziyo+ umuntu ubonisa ukholo kube ngukulunga, kodwa ngomlomo umuntu uvuma obala+ kube yinsindiso.
2 nezinto owazizwa ngami ngokusekela kofakazi abaningi,+ lezi zinto ziphathise amadoda athembekile, ayokufanelekela ngokwanele ukuba nawo afundise abanye.+