Esteri 3:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 UHamani wakubona ukuthi uMoridekayi wayengawi ngobuso amkhothamele,+ uHamani wagcwala intukuthelo.+ Esteri 5:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 UHamani wayesememezela kubo inkazimulo yengcebo yakhe+ nesibalo esikhulu samadodana akhe+ nakho konke lokho inkosi eyayimenze waba mkhulu ngakho nokuthi yayimphakamise kanjani ngaphezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.+ Daniyeli 4:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Ngesikhathi leli zwi lisesemlonyeni wenkosi, kwaba khona izwi elehla livela emazulwini lithi: “O nkosi Nebukhadinezari, kuthiwa kuwe, ‘Umbuso usukile kuwe,+
5 UHamani wakubona ukuthi uMoridekayi wayengawi ngobuso amkhothamele,+ uHamani wagcwala intukuthelo.+
11 UHamani wayesememezela kubo inkazimulo yengcebo yakhe+ nesibalo esikhulu samadodana akhe+ nakho konke lokho inkosi eyayimenze waba mkhulu ngakho nokuthi yayimphakamise kanjani ngaphezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.+
31 Ngesikhathi leli zwi lisesemlonyeni wenkosi, kwaba khona izwi elehla livela emazulwini lithi: “O nkosi Nebukhadinezari, kuthiwa kuwe, ‘Umbuso usukile kuwe,+