Joshuwa 10:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Kwathi ngesikhathi sokushona kwelanga uJoshuwa wayala, bawehlisa ezigxotsheni+ bawaphonsa emhumeni ayecashe kuwo. Base bebeka amatshe amakhulu emlonyeni womhume—kuze kube yilo kanye lolu suku. 1 AmaKhosi 6:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Indlu yona, lapho yakhiwa, yakhiwa ngamatshe asenkwalini+ ayeseqediwe kakade; futhi izando nezimbazo nanoma yimaphi amathuluzi ensimbi, kwakungezwakali endlini+ lapho yakhiwa.
27 Kwathi ngesikhathi sokushona kwelanga uJoshuwa wayala, bawehlisa ezigxotsheni+ bawaphonsa emhumeni ayecashe kuwo. Base bebeka amatshe amakhulu emlonyeni womhume—kuze kube yilo kanye lolu suku.
7 Indlu yona, lapho yakhiwa, yakhiwa ngamatshe asenkwalini+ ayeseqediwe kakade; futhi izando nezimbazo nanoma yimaphi amathuluzi ensimbi, kwakungezwakali endlini+ lapho yakhiwa.