1 AmaKhosi 21:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Nenze ukuba amadoda+ amabili, abafo abangelusizo lwalutho,+ bahlale phambi kwakhe, banikeze ubufakazi ngokumelene naye,+ bathi, ‘Wena uqalekisé uNkulunkulu nenkosi!’+ Bese nimkhipha nimkhande ngamatshe ukuze afe.”+ IHubo 82:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 “Kuyoze kube nini nilokhu nahlulela ngokungabi nabulungisa+Nikhetha ababi?+ Sela. IHubo 94:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Bahlasela umphefumulo wolungile ngeziqubu ezinamandla+Bathi lilitshelwe ngisho negazi lomsulwa.+ Isaya 59:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Ubulungisa baphoqelelwa ukuba buhlehle,+ nokulunga kwamane nje kwaqhubeka kumele kude.+ Ngoba iqiniso likhubekile ngisho nasesigcawini, futhi okuqondile akukwazi ukungena.+ Mika 7:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Izandla zabo ziphezu kokubi, ukuba zikwenze kahle;+ isikhulu sicela okuthile, owahlulelayo wahlulela ngomvuzo,+ omkhulu ukhuluma ukunxanela komphefumulo wakhe, owakhe siqu;+ bayakweluka. Mathewu 26:59 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 59 Phakathi naleso sikhathi abapristi abakhulu nayo yonke iSanhedrini babefuna ubufakazi obungamanga ngoJesu ukuze bambulale,+
10 Nenze ukuba amadoda+ amabili, abafo abangelusizo lwalutho,+ bahlale phambi kwakhe, banikeze ubufakazi ngokumelene naye,+ bathi, ‘Wena uqalekisé uNkulunkulu nenkosi!’+ Bese nimkhipha nimkhande ngamatshe ukuze afe.”+
14 Ubulungisa baphoqelelwa ukuba buhlehle,+ nokulunga kwamane nje kwaqhubeka kumele kude.+ Ngoba iqiniso likhubekile ngisho nasesigcawini, futhi okuqondile akukwazi ukungena.+
3 Izandla zabo ziphezu kokubi, ukuba zikwenze kahle;+ isikhulu sicela okuthile, owahlulelayo wahlulela ngomvuzo,+ omkhulu ukhuluma ukunxanela komphefumulo wakhe, owakhe siqu;+ bayakweluka.
59 Phakathi naleso sikhathi abapristi abakhulu nayo yonke iSanhedrini babefuna ubufakazi obungamanga ngoJesu ukuze bambulale,+